Affordable gender
投放时间: 2025-06-20 08:00:00
Enye yezindlela ezinhle zokuqinisekisa impilo enhle kumama nengane, ukwenza Ultrasound kumbe I Scan ngesikhathi esifanele Uma ezithwele 🫄🫄.
Scan/Ultrasound 🩺🩺 yabakhulelwe iyatholakala e Unjani Clinic Empangeni ngo R300, kuphuma i print out enama results, kanye nesithombe. Akubhukhwa uyafika nje. Senziwa from Monday to Saturday 🚦.
Kubaluleke ngani ukwenza scan?🤱🤱 I Scan
1. Sikhombisa ukuthi umtwana uphilile yini kanti futhi ukhula kanjani.
2. Sikhombisa ukuthi umtwana ungakanani kanti futhi angahle ezalwe nini (EDD) .
3. Sikhombisa ukuthi inhliziyo ishaya kahle yini, nokuthi umtwana akanakho yini ukukhubazeka lokhu okubonakala kwi scan (fetal abnormalities) .
4. Sikhombisa ukuthi abantwana bangaki esiswini (twins, triplets etc) .
5. Sikhombisa ukuthi umtwana ulele kanjani ngaphakathi (presentation) ,abukho yini ubungozi ngendlela alele ngayo.
6. Sikhombisa ukuthi mtwana muni (gender) .
7. Sikhombisa ukuthi umzanyana (placenta) uphile kahle yini futhi uhleli kanjani.
8. Sikhombisa ukuthi amanzi (liqour) umtwana ahleli kuwo mangakanani
9. Sikhombisa isibeletho ukuthi siphile kahle yini, akunazigaxa (fibroid) nokuthi sikulungele ukuphatha umtwana.
10. Sikhombisa ukuthi umtwana ukhulela ngaphakathi yini esibelethweni noma ngaphandle (ectopic pregnancy)
搜索关键词 pregnancy ultrasound, fetal health, antenatal care, Empangeni clinic, affordable scan, prenatal scan, pregnancy scan, Unjani Clinic, maternal health, pregnancy health优势 Ensures healthy pregnancy for mother and child,Provides information on fetal health and development,Determines gestational age and estimated due date (EDD),Detects fetal abnormalities,Identifies multiple pregnancies,Checks fetal presentation,Determines fetal gender,Assesses placental health and position,Checks amniotic fluid levels,Evaluates uterine health,Identifies ectopic pregnancy,Affordable price (R300)
展示估值
157315
热度
13139
最新发现时间
2025-06-20 08:00:00
投放天数
210
素材信息
素材类型
素材尺寸
主页ID8289873642118452353
主页名字Unjani Clinic Richardsbay
产品信息
适用范围
适用人群female
劣势Limited to Empangeni location,Requires in-person visit, no booking system,Printout is only form of result
情感安心
人民币汇率走势
CNY
关注我们

新媒网跨境发布
本站原创内容版权归作者及NMedia共同所有,未经许可,禁止以任何形式转载。